Kelly Khumalo – Themba Lyrics
Ngifis’ ukphumelela (ukuphumelela)
Ngifez’ amaphuph’ami (amaphuph’ ami)
Ngibe nenjabulo
Sekukhona konk’ okumnandi empilweni yam
Ngifez’ amaphuph’ami (amaphuph’ ami)
Ngibe nenjabulo
Sekukhona konk’ okumnandi empilweni yam
(Ngiyakwethemba, ngiyakwethemba)
Ngikhothela kuwe, ngibalekel kuwe
Ngikholelwa kuwe, nginamandl’ uma nginawe
Ngikhothela kuwe, ngibalekel kuwe
Ngikholelwa kuwe, nginamandl’ uma nginawe
Themba, ngingakwethemba na
Ukuthi uzoyvikel’ inhliziyo yami?
Ukuthi uzoyvikel’ inhliziyo yami?